Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




2 kaPetru 2:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 kanti izingelosi, nokuba zizinkulu ngobuqhwaga namandla, azibamangaleli ngenhlamba phambi kweNkosi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 nakuba izingelosi zibedlula ngobuqhawe nangamandla, kodwa azibahlebi ngokuletha izehlulelo ezimelene nabo eNkosini.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

11 Kodwa izingilosi, lezizinkulu ngamandla langokuqina, kazilethi icala lokuthuka phambi kweNkosi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Kodwa izingilosi, lezizinkulu ngamandla langokuqina, kazilethi icala lokuthuka phambi kweNkosi.

Gade chapit la Kopi




2 kaPetru 2:11
6 Referans Kwoze  

Kepha uMikayeli, ingelosi enkulu, lapho ephikisana noSathane, ekhulumisana naye ngesidumbu sikaMose, akabanga nasibindi sokuletha ukwahlulela kokuhlambalaza, kodwa wathi: “INkosi mayikujezise.”


aniphe nina enihluphekayo ukuphumula kanye nathi ekwambulweni kweNkosi uJesu, evela ezulwini, enezingelosi zamandla akhe,


owenza izingelosi zibe yimimoya, izikhonzi zakhe zibe yilangabi lomlilo.


UNkulunkulu uthumile ingelosi yakhe, wavimba imilomo yezingonyama, azingilimazanga, ngokuba kwafunyanwa kimi ukungabi nacala phambi kwakhe; naphambi kwakho, nkosi, angenzanga okubi.”


Bongani uJehova nina zingelosi zakhe, nina maqhawe anamandla enenza okwezwi lakhe nilalela ukukhuluma kwezwi lakhe.


nokuphinga, nokufisa, nokushinga, nenkohliso, nokungabi nanhloni, neso elibi, nokuhlambalaza, nokuzidla, nobuwula.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite