Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 9:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Wadabula izintaba zakwa-Efrayimi, wadabula izwe laseShalisha, kepha abazifumananga; base bedabula izwe laseShahalimi, nalapho zazingekho; wadabula izwe labakwaBenjamini, kepha kabazifumana.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Wadabula kwelezintaba kwa-Efrayimi, wadabula eShalisha, kodwa abazifumananga, base bedabula eShahalimi; nalapho zazingekho. Wadabula kwaBhenjamini, kepha kabazitholanga.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Wadabula izintaba zakwa-Efrayimi, wadabula izwe laseSalisa, kepha abazitholanga; badabula izwe laseSalimi, kepha zazingekho; wadabula izwe lakwaBenjamini, kepha abawafumananga.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 9:4
9 Referans Kwoze  

Kwavela umuntu waseBali Shalisha, walethela lo muntu kaNkulunkulu ukudla kolibo, izinkwa zebhali* ezingamashumi amabili nezikhwebu ezintsha zamabele enqalathini yakhe. Wathi: “Banike abantu ukuba badle.”


U-Eleyazare indodana ka-Aroni wafa; bammbela egqumeni likaFinehasi indodana yakhe, abenikiwe lona ezintabeni zakwa-Efrayimi.


Naye uJohane wayebhapathiza e-Enoni eduze neSalimi, ngokuba amanzi ayemaningi lapho; beza babhapathizwa.


Kwathi ngalezo zinsuku kungekho inkosi kwa-Israyeli, kwakukhona umLevi othile owayegogobele ohlangothini olungasemuva kwezintaba zakwa-Efrayimi, owazithathela isancinza eBetlehema Juda.


Kwakukhona umuntu wasezintabeni zakwa-Efrayimi ogama lakhe lalinguMika.


UJakobe wafika kahle emzini waseShekemi osezweni laseKhanani, evela ePhadani Aramu; wamisa itende lakhe phambi komuzi.


neShahalabini, ne-Ajaloni, neJitila,


Izimbongolo zikaKishi uyise kaSawule zalahleka. UKishi wathi kuSawule indodana yakhe: “Thatha enye yezinceku, usuke, uye kufuna izimbongolo.”


Kwakukhona umuntu waseRamatayimi Sofimu lasezintabeni zakwa-Efrayimi ogama lakhe lalingu-Elkana indodana kaJerohamu ka-Elihu kaTholu kaSufi wakwa-Efrayimi;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite