Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 8:21 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 USamuweli wezwa onke amazwi abantu, wawalanda ezindlebeni zikaJehova.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 USamuweli wawezwa wonke amazwi abantu, wawalandisa uSimakade.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

21 USamuweli wezwa onke amazwi abantu, wawezwa phambi kwezindlebe zikaJehova.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 8:21
3 Referans Kwoze  

UJefta wayesehamba namalunga akwaGileyadi; abantu bamenza inhloko nomholi phezu kwabo; uJefta wakhuluma onke amazwi akhe phambi kukaJehova eMispa.


UJehova wathi kuSamuweli: “Lalela izwi labo, ubanike inkosi.” USamuweli wathi kubantu bakwa-Israyeli: “Hambani niye, kube yilowo nalowo emzini wakini.”


UHezekiya wayamukela incwadi esandleni sezithunywa, wayifunda; uHezekiya wayesenyukela endlini kaJehova, wayeneka phambi kukaJehova.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite