Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 8:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 iyakuzibekela wona abe yizinduna zezinkulungwane nezinduna zamashumi ayisihlanu, alime umhlabathi wayo, avune isivuno sayo, enze izikhali zayo zokulwa nempahla yezinqola zayo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 iyakuzibekela wona abe yizinduna zezinkulungwane nezinduna zama-50, alime umhlabathi wayo, avune isivuno sayo, enze izikhali zayo zempi nempahla yezinqola zayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Iyakummisa abe yinduna yenkulungwane nenduna yamashumi ayisihlanu; futhi iyozimisela ukuba zilime insimu yayo, zivune isivuno sayo, yenze izikhali zayo zempi nezinqola zayo.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 8:12
8 Referans Kwoze  

USolomoni wayenezinduna eziyishumi nambili phezu kwabo bonke abakwa-Israyeli ezazifunela inkosi nabendlu yayo ukudla; yileyo naleyo yayifuna ukudla inyanga inye ngomnyaka.


USawule wathi ezincekwini zakhe ezazimi ngakuye: “Yizwani nina bakwaBenjamini; indodana kaJese iyakuninika nonke amasimu nezivini, inenze nonke nibe yizinduna zezinkulungwane nezinduna zamakhulu,


UMose wazithukuthelela iziphathimandla zebandla, izinduna zezinkulungwane nezinduna zamakhulu ezazibuya empini.


Iyakuthatha amadodakazi enu abe ngabathaki, nabapheki, nabaphekizinkwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite