1 Samuweli 5:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE2 AmaFilisti awuthatha umphongolo kaNkulunkulu, awungenisa endlini kaDagoni, awubeka ngakuye uDagoni. Gade chapit laIsiZulu 20202 AmaFilisti awuthatha umphongolo kaNkulunkulu, awungenisa endlini kaDagoni, awubeka eceleni kukaDagoni. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20242 Lapho amaFilisti ewuthatha umphongolo kaNkulunkulu, awungenisa endlini kaDagoni, awubeka kuDagoni. Gade chapit la |
kepha uziphakamisile eNkosini yasezulwini; balethe izitsha zendlu yakhe phambi kwakho; wena nezinduna zakho, nawomkakho, nezancinza zakho niphuzile iwayini ngazo, utusile wena onkulunkulu besiliva, nabegolide, nabethusi, nabensimbi, nabomuthi, nabetshe abangaboni, abangezwa, abangazi; kodwa uNkulunkulu omphefumulo wakho usesandleni sakhe, nokungezakhe zonke izindlela zakho awumdumisanga.