Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 4:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 AmaFilisti esaba, ngokuba athi: “UNkulunkulu ufikile ekamu.*” Athi-ke: “Maye kithina! Ngokuba akuzange kube khona okunje ngaphambili.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 AmaFilisti esaba ngokuba, athi: “UNkulunkulu ufikile enkanjini.” Athi-ke: “Maye kithi, ngokuba akukaze kwenzeke okunjengalokhu phambilini.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 AmaFilisti esaba, ngokuba athi: “UNkulunkulu ungenile ekamu.” Futhi bathi: Maye kithi! ngoba into enjalo yayingekho ngaphambili.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 4:7
6 Referans Kwoze  

Emunye angaxosha kanjani inkulungwane; ababili bangabhengula kanjani izinkulungwane eziyishumi, uma iDwala labo lingathengisanga ngabo, uJehova ebengabakhapheli, na?


Wawisa amasondo ezinqola ukuba bahambise kalukhuni, baze bathi abaseGibithe: “Masibaleke ebusweni buka-Israyeli, ngokuba uJehova uyabalwela emelene nabaseGibithe.”


AmaFilisti esezwa umsindo wokukhamuluka athi: “Uthini umsindo walokhu kukhamuluka okukhulu ekamu* lamaHeberu na?” Aqonda ukuthi umphongolo kaJehova ufikile ekamu.


Maye kithina! Ngubani oyakusophula esandleni salaba onkulunkulu abanamandla na? Yilaba onkulunkulu abashaya abaseGibithe ngazo zonke izifo ehlane.


UJehova uzakunilwela, nothula nina.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite