Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 4:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Ngesikhathi sokufa kwakhe abesifazane ababemi kuye bathi kuye: “Ungesabi, ngokuba ubelethe indodana.” Kepha akaphendulanga, akakunakanga.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 Ngesikhathi sokufa kuka-Eli kwakunabesifazane ababemi ngakumkaFinehasi, bathi kuye: “Ungesabi, ngokuba uthole indodana.” Kodwa yena akakunakanga lokho, akaze aphendula.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Kwathi ngesikhathi sokufa kwakhe abesifazane ababemi khona bathi kuye: “Ungesabi; ngoba uzele indodana. Kodwa akazange aphendule, futhi akazange akucabange lokho.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 4:20
5 Referans Kwoze  

Owesifazane, nxa esabeletha, ulusizi, ngokuba sifikile isikhathi sakhe; kepha nxa esembelethile umntwana, akabe esakhumbula ubuhlungu ngenxa yentokozo yokuba kuzelwe umuntu ezweni.


Osukwini losizi lwami ngiyayifuna iNkosi; ebusuku isandla sami seluliwe, asidangali; umphefumulo wami wala ukududuzwa.


Base besuka eBethele; kwakuse yibangana ukuya e-Efrati; uRaheli wayesebeletha, wabeletha enemihelo enzima.


Umalokazana wakhe, umkaFinehasi, wayekhulelwe esezakubeletha; esezwile umbiko wokuthi umphongolo kaNkulunkulu uthathiwe nokuthi kufile uyisezala nomyeni wakhe, wakhonkobala, wabeletha, ngokuba wafikelwa yimihelo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite