Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 4:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 U-Eli wayeneminyaka engamashumi ayisishiyagalolunye nesishiyagalombili; amehlo akhe ayequndekile, engenakubona.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 U-Eli wayeseneminyaka engama-98, amehlo akhe esenqundekile, engasaboni kahle.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 U-Eli wayeneminyaka engamashumi ayisishiyagalolunye nesishiyagalombili; amehlo akhe ayefiphele ukuba angaboni.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 4:15
5 Referans Kwoze  

Kwathi ngaleso sikhathi u-Eli elele endaweni yakhe – amehlo akhe ayeqale ukufiphala waze wangaba nakho ukubona –


Izinsuku zeminyaka yethu zineminyaka engamashumi ayisikhombisa; kuthi uma ziziningi, zineminyaka engamashumi ayisishiyagalombili; nokho ukuvama kwazo kungukuhlupheka nelize, ngokuba zidlula masinyane, thina siyandiza, simuke.


UmkaJerobowamu wenze njalo; wasuka, waya eShilo, wafika endlini ka-Ahiya. U-Ahiya wayengenakubona, ngokuba amehlo akhe ayequndekile ngenxa yobudala bakhe.


Kwathi u-Isaka esemdala namehlo akhe efiphele engasaboni, wabiza u-Esawu indodana yakhe enkulu, wathi kuye: “Ndodana yami!” Wathi kuye: “Ngilapha.”


Lapho u-Eli ezwa umsindo wokukhala, wathi: “Uthini umsindo walokhu kumemeza na?” Lowo muntu washesha waya wamtshela u-Eli.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite