Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 30:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Wayesehamba uDavide, yena nabantu abangamakhulu ayisithupha ababe naye, wafika emfudlaneni iBesori, lapho kwahlala khona amasalela.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 UDavide wahamba nabantu abangama-600 ababenaye, waze wafika emfudlaneni iBhesori, lapho kwakukhona insali.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 UDavide wahamba, yena namadoda angamakhulu ayisithupha ayenaye, bafika emfudlaneni iBesori, lapho abasala khona.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 30:9
4 Referans Kwoze  

Wayesesuka uDavide, wawela, yena nabantu abangamakhulu ayisithupha ababe naye, waya ku-Akhishi indodana kaMahoki, inkosi yaseGati.


Kodwa UDavide waxosha, yena nabantu abangamakhulu amane, ngokuba abangamakhulu amabili basala emuva, bezukekile ukuze bangaweli umfudlana iBesori.


Abantu bakhe ababe noDavide wabenyusa, kwaba yilowo nalowo nomuzi wakhe; bahlala emizaneni yaseHebroni.


Zonke izinceku zadlula eceleni kwakhe kanye nawo onke amaKhereti nawo onke amaPheleti; nawo onke amaGiti, abantu abangamakhulu ayisithupha, ayeyilandela esuka eGati, adlula phambi kwenkosi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite