Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 30:19 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Akwasilala muntu, omncane noma omkhulu, namadodana noma amadodakazi, nempango noma okunye ababezithathele khona; uDavide wabuyisa konke.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 Akukho namunye owasilela, omncane noma omkhulu, amadodana namadodakazi, impango noma okunye nje ababezithathele khona. UDavide wakubuyisa konke.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Abaswelanga lutho, encane noma enkulu, amadodana noma amadodakazi, nempango nanoma yini abazithathela yona; UDavid wathola konke.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 30:19
8 Referans Kwoze  

UDavide wabuza kuJehova, wathi: “Ngixoshe lelo viyo na? Ngingalifica na?” Wamphendula wathi: “Xosha, ngokuba uyakulifica impela, ukhulule konke.”


Kodwa funani kuqala umbuso kaNkulunkulu nokulunga kwakhe, khona konke lokhu kuyakwenezelwa nina.


Wena awumbiyelanga yini yena nendlu yakhe nakho konke okwakhe nxazonke, wabusisa umsebenzi wezandla zakhe na? Impahla yakhe yandile emhlabeni.


“Izinceku zakho zibale onke amadoda empi asesandleni sethu, akwasala neyodwa yethu.


UDavide wathatha zonke izimvu nezinkomo; baziqhuba phambi kwakhe, bathi: “Yimpango kaDavide le.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite