Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 30:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 UDavide wakhulula konke okwakuthathwe ngama-Amaleki, uDavide wakhulula nawomkakhe bobabili.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 UDavide wakukhulula kanjalo konke okwakuthathwe ngama-Amaleki, wabakhulula nomkakhe bobabili.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 UDavide wakhulula konke ama-Amaleki ayekuthathile, uDavide wasindisa nabafazi bakhe ababili.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 30:18
4 Referans Kwoze  

Wabuyisa yonke impahla, wambuyisa noLoti umzalwane wakhe, nempahla yakhe, nabesifazane, nabantu.


UDavide wabuza kuJehova, wathi: “Ngixoshe lelo viyo na? Ngingalifica na?” Wamphendula wathi: “Xosha, ngokuba uyakulifica impela, ukhulule konke.”


bathatha bonke abantu, baya ukulwa no-Ishmayeli indodana kaNethaniya, bamfumana ngasemanzini amaningi aseGibeyoni.


“Izinceku zakho zibale onke amadoda empi asesandleni sethu, akwasala neyodwa yethu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite