1 Samuweli 29:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE8 UDavide wathi ku-Akhishi: “Kepha ngenzeni na? Ufumeneni encekwini yakho, kusukela osukwini engaba phambi kwakho ngalo kuze kube namuhla, ukuba ngingayi ukulwa nezitha zenkosi yami, inkosi, na?” Gade chapit laIsiZulu 20208 UDavide wathi ku-Akhishi: “Kepha ngenzeni na? Utholeni encekwini yakho, kusukela osukwini engafika ngalo kuwe kuze kube namuhla, ukuba ngingaphumi ukuyokulwa nezitha zenkosi yami, inkosi na?” Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20248 UDavide wayesethi ku-Akhishi: “Ngenzeni na? Ufumeneni encekwini yakho zonke izinsuku ngisenawe kuze kube namuhla ukuba ngingehambe ngilwe nezitha zenkosi yami, inkosi, na? Gade chapit la |