Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 26:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 ODavide no-Abishayi bafika kubantu ebusuku; bheka, uSawule wayelele ubuthongo ezinqoleni, umkhonto wakhe ugxunyekiwe emhlabathini ngasekhanda lakhe; u-Abineri nabantu bakhe babelele ngakuye nxazonke.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 UDavide no-Abhishayi baya kubantu ebusuku. Bheka, uSawule wayelele zwi enkanjini, umkhonto wakhe ugxunyekwe emhlabathini ngasekhanda lakhe. U-Abhineri nabantu bakaSawule babelele bemzungeze nxazonke.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 UDavide no-Abishayi bafika kubantu ebusuku, bheka, uSawule wayelele ubuthongo emgodini, nomkhonto wakhe ugxunyekwe emhlabathini ngasemgodleni wakhe, kepha u-Abineri namadoda belele nxazonke zakhe.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 26:7
5 Referans Kwoze  

“Usuyaliwe: ‘Yenzani lokhu: Nithathele izingane zenu nawomkenu izinqola ezweni laseGibithe, nilethe uyihlo, bese niza.


UDavide wavuka ekuseni kakhulu, washiya izimvu kumlindi, wathatha, wahamba, njengalokho uJese amyale ngakho; wafika enqabeni yezinqola, impi isaphuma ukuyakuhlelwa, yahlaba umkhosi.


UDavide wayesethatha washo ku-Ahimeleki umHeti naku-Abishayi indodana kaSeruya, umfowabo kaJowabe, ethi: “Ngubani oyakwehla nami ukuya kuSawule ekamu* na?” U-Abishayi wathi: “Ngiyakwehla nawe.”


U-Abishayi wathi kuDavide: “UNkulunkulu unikele isitha sakho esandleni sakho namuhla; ngalokho mangimgwaze kanye ngomkhonto uze udle umhlabathi, ngingamphindi.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite