Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 26:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 UDavide wayesewelela phesheya, wema esiqongweni sentaba ekude, isikhala esikhulu siphakathi kwabo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 UDavide wayesewelela ngaphesheya, wema esicongweni sentaba ekude, washiya isikhala esikhulu phakathi kwabo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 UDavide wayesewelela ngaphesheya, wema esiqongweni sentaba kude; isikhala esikhulu phakathi kwabo:

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 26:13
4 Referans Kwoze  

Naye uDavide wasuka ngasemuva, waphuma emhumeni, wamemeza emva kukaSawule, ethi: “Nkosi yami, nkosi!” USawule wabheka emuva, uDavide wakhothamela phansi ngobuso, wakhuleka.


Lapho kubikwa lokho kuJothamu, waya wema esiqongweni sentaba yaseGerizimu, waphakamisa izwi lakhe, wamemeza, wathi kubo: “Ngilaleleni nina bantu baseShekemi ukuba uNkulunkulu anilalele nina.


UDavide wayesethatha umkhonto nesigubhu samanzi ngasekhanda likaSawule, bahamba, kungaboni muntu, kungazi muntu, kungavuki muntu, ngokuba babelele bonke, lokhu bebehlelwe ngubuthongo obunzima obuvela kuJehova.


UDavide wabiza abantu no-Abineri indodana kaNeri, ethi: “Awusabeli, Abineri, na?” U-Abineri wayesesabela ethi: “Ungubani wena obiza inkosi na?”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite