Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 25:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Sezifikile izinsizwa zikaDavide zakhuluma kuNabali njengawo onke lawo mazwi egameni likaDavide, bese zilinda.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Izinsizwa zikaDavide zahamba, zawasho kuNabali wonke lawo mazwi njengoba enjalo egameni likaDavide, zase zilinda.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Lapho izinsizwa zikaDavide zifika, zakhuluma kuNabali njengawo wonke lawo mazwi egameni likaDavide, zema.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 25:9
5 Referans Kwoze  

Wathi kuJuda: “Masakhe le mizi, siyihaqe ngogange, nangemibhoshongo, nangezivalo, nangemigoqo; izwe lisephambi kwethu, ngokuba simfunile uJehova uNkulunkulu wethu; simfunile, wasiphumuza nxazonke.” Base bakha-ke, baphumelela.


Esembonile amadodana abaprofethi aseJeriko ayemalungana naye, athi: “Umoya ka-Eliya uhlezi phezu kuka-Elisha.” Afika ukumhlangabeza, akhothamela phansi phambi kwakhe.


Ngenyanga yesikhombisa ngosuku lweshumi nesikhombisa enyangeni umkhumbi wema ezintabeni zase-Ararati.


Buza izinsizwa zakho, ziyakukutshela; ngalokho izinsizwa mazithole umusa emehlweni akho, ngokuba sifikile ngosuku oluhle; ake unike izinceku zakho nendodana yakho uDavide okungafunyanwa esandleni sakho.’ ”


UNabali waziphendula izinceku zikaDavide, wathi: “Ngubani uDavide na? Ngubani indodana kaJese na? Namuhla kukhona izinceku eziningi ezeqa emakhosini azo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite