Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 24:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 UDavide wafunga kuSawule; uSawule wagoduka, kepha uDavide nabantu bakhe bakhuphukela enqabeni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 UDavide wafunga kuSawule. USawule wayesehamba, kodwa uDavide nabantu bakhe bakhuphukela enqabeni.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

22 UDavide wafunga kuSawule. USawuli wasesiya endlini yakhe; kepha uDavide nabantu bakhe benyukela enqabeni yasezintabeni.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 24:22
9 Referans Kwoze  

UDavide wakhuphuka lapho, wahlala ezinqabeni zase-Eni Gedi.


kepha uJesu yena kabethembanga ukuba abhobokelane nabo, ngokuba wayebazi bonke,


USawule wathi kuDavide: “Mawubusiswe wena ndodana yami Davide; uyakwenza izinto ezinkulu, uphumelele kahle.” Wayesehamba uDavide ngendlela yakhe, uSawule wabuyela endaweni yakhe.


Kwathi ngaleso sikhathi u-Abimeleki noPikoli, induna yempi yakhe, bakhuluma ku-Abrahama, bathi: “UNkulunkulu unawe kukho konke okwenzayo.


Ngalokho ngithembise lapha ngokufunga uNkulunkulu ukuthi awuyikungikhohlisa mina nendodana yami nomzukulwana wami; kepha ngokomusa engiwenzile kuwe, mawuwenze nakimi nakulo izwe osugogobele kulo.”


masinikwe abantu abayisikhombisa bamadodana akhe, sibaphanyeke kuJehova eGibeya likaSawule, okhethiweyo kaJehova.” Inkosi yathi: “Ngiyakuninika bona.”


Kepha inkosi yamyeka uMefibosheti indodana kaJonathani kaSawule ngenxa yesifungo sikaJehova esasiphakathi kwabo, phakathi kukaDavide noJonathani indodana kaSawule.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite