Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 23:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 USawule wabiza abantu bonke, baye empini, behlele eKeyila, bavimbezele uDavide nabantu bakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 USawule wabiza abantu bonke ukuba baye empini, behlele eKheyila, bavimbezele uDavide nabantu bakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 USawule wabiza bonke abantu ukuba balwe, behlele eKehila, bavimbezele uDavide nabantu bakhe.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 23:8
4 Referans Kwoze  

Kwabikwa kuSawule ukuthi uDavide ufikile eKeyila. Wayesethi uSawule: “UNkulunkulu umkhaphele esandleni sami, ngokuba uzivalele ngokungena emzini onamasango nemigoqo.”


UDavide wazi ukuthi uSawule uceba okubi ngaye; wathi ku-Abiyathara umpristi: “Letha ingubo yamahlombe.”


Inkosi yathi ku-Abiyathara umpristi: “Hamba uye e-Anathoti emasimini akho, lokhu ungowokufa, kepha angiyikukubulala namuhla, ngokuba wawuwuthwala umphongolo weNkosi uJehova phambi kukaDavide ubaba, wahlupheka ngakho konke ubaba ahlupheka ngakho.”


Wayesethi uDavide: “Jehova Nkulunkulu ka-Israyeli, inceku yakho izwile nokuzwa ukuthi uSawule ufuna ukuza eKeyila ukuba achithe umuzi ngenxa yami.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite