Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 23:29 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 UDavide wakhuphuka lapho, wahlala ezinqabeni zase-Eni Gedi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

29 UDavide wasuka lapho wakhuphuka wayohlala ezinqabeni e-Eni Gedi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

29 UDavide wenyuka esuka lapho, wahlala ezinqabeni zase-Eni Gedi.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 23:29
8 Referans Kwoze  

Kwafika abanye, bamtshela uJehoshafati, bathi: “Kusondela kuwe isixuku esikhulu sivela phesheya kolwandle e-Aramu; bheka, sebeseHasasoni Thamari eliyi-Eni Gedi.”


neNibishani, noMuzi kaSawoti, ne-Eni Gedi, imizi iyisithupha nemizana yayo.


Kuyakuthi kume kuwo abadobi kusukela e-Eni Gedi kuze kube se-Enegelayimi, kube ngokokwenekwa kwamanetha; kuyakuba khona izinhlanzi ngezinhlobo zazo njengezinhlanzi zoLwandle Olukhulu, zibe ziningi kakhulu.


Othandiweyo wami uyihlukuzo lezimbali zehena* ezivinini zase-Eni Gedi.


Kwathi uSawule esebuyile ekuxosheni amaFilisti, kwabikwa kuye ukuthi: “Bheka, uDavide usehlane lase-Eni Gedi.”


Base bebuyela emuva, beza e-Eni Mishipati eliyiKadeshi, bachitha izwe lonke lama-Amaleki nelama-Amori ayehlala eHasasoni Tamari.


Wayesebuya uSawule ekumxosheni uDavide, wahamba ukuhlangabezana namaFilisti; ngalokho babiza leyo ndawo ngokuthi iSela Hamalekoti.*


UDavide wafunga kuSawule; uSawule wagoduka, kepha uDavide nabantu bakhe bakhuphukela enqabeni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite