1 Samuweli 23:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE22 Manihambe, niqinise, nazi, nibone indawo yakhe lapho kukhona unyawo lwakhe nokuthi ubonwe ngubani khona, ngokuba ngitsheliwe ukuthi unobuqili impela. Gade chapit laIsiZulu 202022 Ake nihambe, niqinisekise impela, nazi, futhi nibone ukuthi ukuphi nokuthi ngubani ombone lapho, ngokuba ngizwile ukuthi wenza izinto ngobuhlakani obumangalisayo. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202422 Hambani nizilungisele, nazi, nibone indawo yakhe lapho ehlala khona nokuthi ngubani owambona khona; ngoba ngitsheliwe ukuthi wenza ubuqili obukhulu. Gade chapit la |