Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 23:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Ngalokho yehla, nkosi, uma kuyisifiso senhliziyo yakho ukwehla, thina simkhaphele esandleni senkosi.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 Manje nkosi, uma ufuna ukwehla, ungehla, thina sizomkhaphela esandleni senkosi.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Manje-ke, O nkosi, yehla ngokuvumelana nakho konke ukufisa komphefumulo wakho ukwehla; futhi ingxenye yethu kuyoba ukumnikela esandleni senkosi.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 23:20
11 Referans Kwoze  

Wayesethi uDavide: “Abantu baseKeyila bayakungikhaphela mina nabantu bami esandleni sikaSawule na?” Wathi uJehova: “Bayakukukhaphela.”


Abaningi bafuna ubuso bombusi, kepha ukwahlulelwa komuntu kuvela kuJehova.


Isifiso sabalungileyo singokuhle kuphela; ithemba lababi lilulaka.


Omubi uyakukubona, acunuke, agedle amazinyo akhe, abesephela; isifiso sababi siyakubhubha.


Ngokuba abafo bangivukele; izidlova zifuna umphefumulo wami; azimbekile uNkulunkulu phambi kwazo. Sela*


U-Abineri wayesethi kuDavide: “Ngiyakusuka ngihambe ngiqoqele wonke u-Israyeli enkosini yami, inkosi, ukuba benze isivumelwano nawe nokuba ubuse phezu kwakho konke ekufisayo inhliziyo yakho.” UDavide wammukisa u-Abineri, wahamba ngokuthula.


“Uma umLevi evela noma kuliphi isango kwa-Israyeli wonke, lapho egogobele khona, afike ngaso sonke isifiso somphefumulo wakhe endaweni uJehova ayakuyikhetha,


USawule wathi: “Manibusiswe, ngokuba ningihawukele.


Wena omubi ungaqamekeli indlu yolungileyo, ungachithi indawo yakhe yokuphumula.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite