Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 23:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 UDavide wabona ukuthi uSawule uphumele ukufuna ukuphila kwakhe; uDavide wayesehlane laseZifi eHoreshi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 UDavide wabona ukuthi uSawule uphumele ukumbulala; uDavide wayesehlane eZifi eHoreshi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 UDavide wabona ukuthi uSawule uphumele ukufuna ukuphila kwakhe, uDavide wayesehlane laseZifi ehlathini.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 23:15
7 Referans Kwoze  

UDavide wahlala ehlane ezinqabeni, wahlala ezintabeni ezisehlane laseZifi. USawule wamfuna zonke izinsuku, kepha uNkulunkulu akamnikelanga esandleni sakhe.


Kwasuka uJonathani indodana kaSawule, waya kuDavide eHoreshi, waqinisa isandla sakhe kuNkulunkulu.


USawule wamisa entabeni yaseHakhila engaphambi kwehlane ngasendleleni. Kepha uDavide wahlala ehlane, wabona ukuthi uSawule uyamlandela ehlane.


Abantu bakaDavide bathi kuye: “Bheka, siyesaba lapha kwaJuda; kakhulu kangakanani, uma siya eKeyila, silwe nezimpi zamaFilisti na?”


Baliyisa ikhanda lika-Ishi Boshethi kuDavide eHebroni, bathi enkosini: “Nanti ikhanda lika-Ishi Bosheti indodana kaSawule; isitha sakho ebesifuna ukuphila kwakho; uJehova uphindisele namuhla inkosi yami, inkosi, kuSawule nakuyo inzalo yakhe.”


Wabuye wangithinta obonakala njengomuntu, wangiqinisa.


izwe elingabafanele bona, behamba emahlane, nasezintabeni, nasemihumeni, nasemigedeni yomhlaba.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite