Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 23:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Wayesethi uDavide: “Jehova Nkulunkulu ka-Israyeli, inceku yakho izwile nokuzwa ukuthi uSawule ufuna ukuza eKeyila ukuba achithe umuzi ngenxa yami.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Wayesethi uDavide: “Simakade, Nkulunkulu ka-Israyeli, inceku yakho izwile ngokweqiniso ukuthi uSawule ufuna ukuza eKheyila azobhubhisa umuzi ngenxa yami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 UDavide wathi: “Jehova Nkulunkulu ka-Israyeli, inceku yakho izwile nokuzwile ukuthi uSawule ufuna ukuza eKehila ukuba achithe umuzi ngenxa yami.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 23:10
8 Referans Kwoze  

Njengengonyama ebhongayo nebhere* elihahayo, unjalo umbusi omubi phezu kwabantu abampofu.


Kwakudelelekile emehlweni akhe ukubeka izandla kuMoridekayi yedwa, ngokuba zase zimtshelile abantu bakaMoridekayi; ngalokho uHamani wafuna ukubulala bonke abaJuda ababe sembusweni wonke ka-Ahashiveroshi, isizwe sikaMoridekayi.


USawule wabiza abantu bonke, baye empini, behlele eKeyila, bavimbezele uDavide nabantu bakhe.


INobi, umuzi wabapristi, walichitha ngosiko lwenkemba, abesilisa nabesifazane, izingane nabancelayo, izinkabi nezimbongolo nezimvu, ngosiko lwenkemba.


Mhlawumbe kukhona abalungileyo abangamashumi ayisihlanu phakathi komuzi; imbala uyakuyibhubhisa, ungayiyeki indawo ngenxa yabalungileyo abangamashumi ayisihlanu abakuyo na?


UDavide wazi ukuthi uSawule uceba okubi ngaye; wathi ku-Abiyathara umpristi: “Letha ingubo yamahlombe.”


Abantu baseKeyila bayakungikhaphela yini esandleni sakhe na? USawule uyakwehla njengalokho inceku yakho izwile na? Jehova Nkulunkulu ka-Israyeli, ake uyitshele inceku yakho.” Wathi uJehova: “Uyakwehla.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite