Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 21:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 U-Akhishi wayesethi ezincekwini zakhe: “Bheka, uyabona ukuthi lo muntu uyahlanya; nimletheleni kimi na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 U-Akhishi wayesethi ezincekwini zakhe: “Bhekani, niyabona ukuthi lo muntu uyahlanya; pho nimletheleni kimi na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 U-Akhishi wayesethi ezincekwini zakhe: “Bhekani, niyabona ukuthi lo muntu uyahlanya; pho, nimletheleni kimi na?

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 21:14
4 Referans Kwoze  

Impela ukucindezela kuyamhlanyisa ohlakaniphileyo, nokuthengwa ngomvuzo kuchitha ingqondo.


Waguquka ingqondo phambi kwabo, wazenza ohlanyayo ezandleni zabo, wadweba ezivalweni zamasango, wehlisela amathe esilevini.


Ngiswele izinhlanya yini ukuba nimlethe lo muntu ukuzenza uhlanya ebusweni bami na? Angene endlini yami lona na?”


Ngiyakumbonga uJehova ngezikhathi zonke; ukudunyiswa kwakhe kuyakuba semlonyeni wami njalonjalo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite