Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 21:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Wayesesuka uDavide, wabaleka ngalolo suku ngokwesaba uSawule, waya ku-Akhishi inkosi yaseGati.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 UDavide wasuka, wabaleka ngalolo lusuku ngenxa yokwesaba uSawule. Waya ku-Akhishi, inkosi yaseGathi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 UDavide wayeseqeda, wabaleka ngalolo suku ngokwesaba uSawule, waya ku-Akhishi inkosi yaseGati.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 21:10
8 Referans Kwoze  

Inkosi uJehoyakimi, nawo onke amaqhawe ayo, nazo zonke izikhulu bezwa amazwi akhe; inkosi yafuna ukumbulala; kepha u-Uriya wakuzwa, wesaba, wabaleka, waya eGibithe.


Esezwile lokho wasuka, wahamba ukuba asinde, waya eBeri Sheba elingelakwaJuda, washiya khona inceku yakhe.


Yiba nomusa kimi, Nkulunkulu, ngokuba abantu bafuna ukungigwinya; usuku lonke bayangicindezela belwa.


USawule nabantu bakwa-Israyeli babuthana, bamisa esigodini sase-Ela, bahlela impi ukuhlangabezana namaFilisti.


Wayesegijima uDavide, wema phezu komFilisti, wathatha inkemba yakhe, wayihosha emgodleni wayo, wambulala, wamnquma ikhanda ngayo. Lapho amaFilisti ebona ukuthi iqhawe lawo lifile, abaleka.


Wambuzela kuJehova, wamnika umphako, wamnika nenkemba kaGoliyati umFilisti.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite