Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 20:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Uma uyihlo engifica ngingekho, wothi: ‘UDavide wacela nokucela ukuba agijimele eBetlehema umuzi wakhe, ngokuba kukhona lapho umhlatshelo weminyaka ngeminyaka owenzelwa wonke umndeni wakubo.’

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Uma uyihlo ebona ukuthi angikho, ubothi: ‘UDavide ucelile impela ukuba aphuthume eBhethlehema emzini wakubo, ngokuba ngalesi sikhathi kwenziwa umhlatshelo waminyaka yonke owenzelwa wonke umndeni wakubo.’

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Uma uyihlo engikhumbula, wothi: ‘UDavide ungicelile nokungincenga ukuba agijimele eBetlehema emzini wakubo, ngokuba kukhona lapho umhlatshelo weminyaka yonke womndeni wonke.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 20:6
6 Referans Kwoze  

USawule wathi kuye: “Uyindodana kabani wena mfana na?” UDavide waphendula wathi: “Ngiyindodana yenceku yakho uJese waseBetlehema.”


Abaphendula athi: “Ukhona; nangu ngaphambi kwakho; shesha kodwa, ngokuba ufikile namuhla emzini, lokhu abantu benomhlatshelo namuhla endaweni ephakemeyo;


Awushongo yini umbhalo ukuthi uKristu uvela enzalweni kaDavide naseBetlehema, emzaneni lapho wayekhona uDavide na?”


Kodwa indawo uJehova uNkulunkulu wenu ayakuyikhetha kuzo zonke izizwe zenu ukuba abeke igama lakhe kuyo, leyo ndlu yakhe niyakuyifuna, nize kuyo,


UJonathani wamphendula uSawule, wathi: “UDavide wangicela nokungicela ukuba aye eBetlehema,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite