Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 20:24 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 UDavide wacasha masinyane endle; isethwasile inyanga, inkosi yahlala ekudleni ukuba idle.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 UDavide waphuthuma wayocasha endle. Kwakungukwethwasa kwenyanga. Inkosi yahlala phansi ukuze idle.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

24 UDavide wamfihla endle; kwathi ekuthwaseni kwenyanga, inkosi yahlala phansi ukuba idle.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 20:24
12 Referans Kwoze  

Ukwenza ukulunga nokwahlulela kukhethekile kuJehova kunemihlatshelo.


Umthamo owomileyo kanye nokuthula ungcono kunendlu egcwele okuhlatshiweyo kanye nokuxabana.


Isidlo semifino lapho kukhona uthando singcono kunenkabi ekhuluphalisiweyo kanye nenzondo.


Ngokuba badla isinkwa sobubi, baphuza iwayini lobudlwangudlwangu.


Base bekhipha uJesu kuKayafase, bemyisa endlini yokwahlulela; kwakusekuseni. Kepha bona kabangenanga enqabeni ukuba bangangcoli kodwa babe nokudla iphasika.


Lapho nidlayo nalapho niphuzayo, anizidleli, niziphuzela nina, na?


Umhlatshelo wababi uyisinengiso; kakhulu kangakanani uma ulethwa ngomgomo omubi.


UDavide wathi kuJonathani: “Bheka, kusasa iyakwethwasa inyanga; angifanele ukuphutha ukuhlala nenkosi ekudleni, kepha ngivumele ukuba ngihambe, ngicashe endle kuze kube sosukwini lwesithathu ngakusihlwa.


Namaqondana nendaba esikhulume ngayo mina nawe, bheka, uJehova uphakathi kwakho nami kuze kube phakade.”


Inkosi yahlala esihlalweni sayo njengakwezinye izikhathi, isihlalo esingasodongeni; uJonathani wema, u-Abineri wahlala ngaseceleni kukaSawule; kepha indawo kaDavide yayiyize.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite