Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 20:23 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Namaqondana nendaba esikhulume ngayo mina nawe, bheka, uJehova uphakathi kwakho nami kuze kube phakade.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 Mayelana nodaba esilukhulumile, uyabona-ke, uSimakade uphakathi kwami nawe kuze kube phakade.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Mayelana nendaba esakhuluma ngayo mina nawe, bheka, uJehova uphakathi kwami nawe kuze kube phakade.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 20:23
7 Referans Kwoze  

UJonathani wathi kuDavide: “Hamba kahle, lokhu sifungile sobabili igama likaJehova ngokuthi: ‘UJehova uyakuba phakathi kwami nawe naphakathi kwenzalo yami nenzalo yakho kuze kube phakade.’ ” Wavuka, wahamba; uJonathani wangena emzini.


Uma uyakuhlupha amadodakazi ami, noma uthatha abafazi ngaphandle kwamadodakazi ami, akukho muntu onathi; bheka, uNkulunkulu ungufakazi phakathi kwami nawe.”


USarayi wathi ku-Abrama: “Okubi okwenziwe kimi akube phezu kwakho. Mina nganikela incekukazi yami esifubeni sakho; kepha nxa isibonile ukuthi ikhulelwe, ngase ngideleleka emehlweni ayo; uJehova makahlulele icala phakathi kwami nawe.”


neMispa futhi, ngokuba wathi: “UJehova makalinde phakathi kwami nawe, lapho sesingasabonani.


UNkulunkulu ka-Abrahama noNkulunkulu kaNahori, uNkulunkulu wawoyise, makahlulele phakathi kwethu.” UJakobe wafunga ukwesaba kukayise u-Isaka.


UDavide wacasha masinyane endle; isethwasile inyanga, inkosi yahlala ekudleni ukuba idle.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite