Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 20:19 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Usuhlalile izinsuku ezintathu; yehla masinyane, uye kuleyo ndawo owacasha kuyo ngosuku lwesenzo leso, uhlale ngasetsheni lase-Ezeli.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 Kuyothi ngosuku lwesithathu, bese wehla masinyane, uye kuleyo ndawo owawucashe kuyo ngosuku lwesigameko leso; uhlale ngasetsheni e-Ezeli.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Uma usuhlale izinsuku ezintathu, wehle masinyane, uye endaweni owacasha kuyo ngesikhathi kuqhubeka udaba, uhlale ngasembongolweni yetshe.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 20:19
6 Referans Kwoze  

UJonathani wamtshela uDavide, wathi: “USawule ubaba ufuna ukukubulala; ngalokho ake uxwaye kusasa, uhlale esitha, ucashe;


UDavide wathi kuJonathani: “Bheka, kusasa iyakwethwasa inyanga; angifanele ukuphutha ukuhlala nenkosi ekudleni, kepha ngivumele ukuba ngihambe, ngicashe endle kuze kube sosukwini lwesithathu ngakusihlwa.


UJonathani wayesethi kuye: “Kusasa iyakwethwasa inyanga; uyakuficwa ungekho, ngokuba isihlalo sakho siyakuba ze.


Ngiyakucibishela imicibisholo emithathu ngaseceleni kwalo, kungathi ngicibishela isigcibisholo.


USawule wakhuluma kuJonathani indodana yakhe nakuzo zonke izinceku zakhe ngokubulala uDavide. Kepha uJonathani indodana kaSawule wamenamela kakhulu uDavide.


Kwathi ekuseni uJonathani waphuma, waya endle ngesikhathi abasimisile noDavide, umfana omncane enaye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite