Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 20:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 UJonathani wathi kuDavide: “Jehova Nkulunkulu ka-Israyeli, nxa ngimphenya ubaba ngalesi sikhathi kusasa noma ngomhlomunye, bheka, uma kukuhle kuDavide, ngiyakuthumela kuwe, ngikwambulele kuwe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 UJonathani wathi kuDavide: “Ngiyethembisa ngoSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli, ukuthi nxa ngimbuza ubaba ngalesi sikhathi kusasa noma ngomhlomunye, uma ekhuluma okuhle ngawe Davide, ngiyakuthumela kuwe ngikwazise.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 UJonathani wathi kuDavide: “Jehova Nkulunkulu ka-Israyeli, uma ngivuthela ubaba kusasa noma ngosuku lwesithathu, bheka, uma kukhona okuhle kuDavide, khona-ke ngingathumi kuwe ukukukhombisa lokho;

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 20:12
10 Referans Kwoze  

Isiluleko enhliziyweni yomuntu sinjengamanzi ajulileyo, kepha umuntu oqondileyo uyakusikhipha.


Uyalinga inhliziyo yami; ungihambele ebusuku, uyangihlolisisa, awufumani lutho; ngiyahlosa ukuba umlomo wami ungaphambuki.


Yena akaboni izindlela zami, abale izinyathelo zami zonke, na?


“UNkulunkulu, uJehova uNkulunkulu, yebo, uNkulunkulu, uJehova uNkulunkulu, uyakwazi, no-Israyeli futhi uyakukwazi ukuthi uma kwakungokuhlubuka noma kungokuphambuka kuJehova, ungasisindisi namuhla


UJonathani wathi kuDavide: “Woza siye endle.” Baphuma bobabili, baya endle.


UJehova makenze njalo kuJonathani, enezele futhi, uma kukuhle kubaba ukukwenzela okubi, ngingakwambuleli kuwe, ngikuvumele ukuba uhambe kahle; uJehova makabe nawe, njengalokho ayenobaba.


Benza isivumelwano bobabili phambi kukaJehova; uDavide wahlala eHoreshi, uJonathani waya endlini yakhe.


Kepha inkosi yamyeka uMefibosheti indodana kaJonathani kaSawule ngenxa yesifungo sikaJehova esasiphakathi kwabo, phakathi kukaDavide noJonathani indodana kaSawule.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite