Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 20:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 UDavide wayesethi kuJonathani: “Ngubani oyakungitshela, uma mhlawumbe uyihlo ekuphendula kabi na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 UDavide wayesethi kuJonathani: “Ngubani oyakungitshela, uma mhlawumbe uyihlo ekuphendule kabi na?”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 UDavida wasesithi kuJonathani: Ngubani ozangitshela lokhu? noma kuthiwani uma uyihlo ekuphendula ngokuzwakalayo?

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 20:10
10 Referans Kwoze  

Ompofu ukhuluma ngokuncenga, kepha isicebi siphendula kalukhuni.


Inkosi yaphendula abantu kalukhuni, yalahla isiluleko samalunga ameluleke ngaso,


Ngalokho yazi, ubone ukuthi uyakwenzani, ngokuba okubi sekunqunyelwe inkosi yethu nendlu yayo yonke, lokhu engumuntu omubi kangaka, ukuze umuntu angekhulume naye.”


Kodwa enye yezinsizwa yamtshela u-Abigayili umkaNabali, yathi: “Bheka, uDavide wathuma izithunywa zivela ehlane ukuba zibingelele inkosi yethu, kepha yazithukuthelela.


UNabali waziphendula izinceku zikaDavide, wathi: “Ngubani uDavide na? Ngubani indodana kaJese na? Namuhla kukhona izinceku eziningi ezeqa emakhosini azo.


“Lowo muntu, inkosi yezwe, ukhulume kalukhuni kithina, wasishaya izinhloli zezwe.


UJosefa wabona abafowabo, wabazi, kepha wazishaya ongabaziyo kubo, wakhuluma kalukhuni kubo, wathi kubo: “Nivelaphi na?” Bathi: “Sivela ezweni laseKhanani, size ukuthenga ukudla.”


UJonathani wathi: “Makube kude nawe, ngokuba uma bengazi nakanci ukuthi kunqunywe okubi ngubaba ukuba wehlelwe yikho, bengingayikukutshela na?”


UJonathani wathi kuDavide: “Woza siye endle.” Baphuma bobabili, baya endle.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite