Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 2:32 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Uyakubona ukuhlupheka kwendlu yami kukho konke okuhle ayakwenzelwa khona u-Israyeli; akuyikubakho xhegu endlini yakho kuze kube phakade.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

32 futhi uyakukubona ukuhlupheka kwendlu yami. Nakuba konke okuhle kuyakwenzelwa u-Israyeli, kodwa akuyukuba bikho ngwevu endlini yakho, kuze kube phakade.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

32 bhekani endlini yami kukho konke okuhle uNkulunkulu ayakunika u-Israyeli; futhi kakuyikuba khona ixhegu endlini yakho kuze kube phakade.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 2:32
7 Referans Kwoze  

Usho kanje uJehova Sebawoti, uthi: “Kusazakuhlala amaxhegu nezalukazi ezitaladini zaseJerusalema, yilowo nalowo abe nodondolo esandleni sakhe ngenxa yobuningi bezinsuku zakhe.


Umphongolo kaNkulunkulu wathathwa; amadodana omabili ka-Eli, oHofini noFinehasi, abulawa.


Wathi: “Inkazimulo isukile kwa-Israyeli, ngokuba umphongolo kaNkulunkulu uthathiwe.”


Abantu base bethumela eShilo, bathatha khona umphongolo wesivumelwano sikaJehova Sebawoti ohlezi phezu kwamakherubi;* amadodana amabili ka-Eli, oHofini noFinehasi, ayelapho nomphongolo wesivumelwano sikaNkulunkulu.


Kepha angiyikumnquma umuntu wakho e-altare lami ukuba aqede amehlo akho, abangele usizi umphefumulo wakho; yonke inzalo yendlu yakho iyakufa isebudodeni bayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite