Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 19:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Wayeseya naye eRama, wafika emthonjeni oseSeku, wabuza ukuthi: “Baphi oSamuweli noDavide na?” Kwathiwa: “Bheka, baseNayoti eRama.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 USawule wayeseya eRama, wafika emthonjeni eSeku, wabuza wathi: “Ukuphi uSamuweli noDavide na?” Kwathiwa: “BaseNayothi eRama.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Naye waya eRama, wafika emthonjeni omkhulu oseSegu; wabuza wathi: “Baphi oSamuweli noDavide na?” Omunye wathi: “Bheka, bakanye noNajoti eRama.”

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 19:22
3 Referans Kwoze  

Wayesebaleka uDavide, waphunyuka, waya kuSamuweli eRama, wamtshela konke uSawule abekwenzile kuye. Yena noSamuweli baya bahlala eNayoti.


Kwabikwa kuSawule; wathuma ezinye izithunywa; nazo zaprofetha. USawule wayesephinda wathuma izithunywa ngokwesithathu; nazo zaprofetha.


Wayeseya khona eNayoti eRama; uMoya kaNkulunkulu wehlela naphezu kwakhe, wahambahamba waprofetha, waze wafika eNayoti eRama.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite