Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 17:48 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

48 Kwathi lapho esuka umFilisti weza wasondela ukuhlangabezana noDavide, uDavide washesha wagijimela ngasempini ukuhlangana nomFilisti.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

48 Kwathi lapho esuka umFilisti weza wasondela ukuyohlangabezana noDavide, uDavide washesha wagijimela ngasempini ukuyohlangana nomFilisti.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

48 Kwathi umFilisti eseqedile ukuhlangana loDavida, uDavida waphangisa wagijimela empini ukumhlangabeza umFilisti.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 17:48
4 Referans Kwoze  

Ababi bayabaleka, noma kungekho obaxoshayo, kepha abalungileyo banesibindi njengengonyama.


UJehova ungukukhanya kwami nensindiso yami; ngizakwesaba bani na? UJehova uyinqaba yokuphila kwami; ngizakuba novalo ngobani na?


UDavide wafaka isandla sakhe esikhwameni sakhe, wakhipha khona itshe, waliphonsa, wamshaya umFilisti ebunzini, itshe lashona ebunzini, wawela phansi ngobuso.


Noma impi imisa ngakimi, inhliziyo yami ayesabi; noma ngivukelwa ngukulwa, nokho nginethemba.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite