Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 17:39 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

39 UDavide wabhinca inkemba yakhe phezu kwezambatho zakhe, wazama ukuhamba, ngokuba wayengakazilingi. UDavide wathi kuSawule: “Anginakuhamba nalezi, angikazilingi.” UDavide wayesezikhumula.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

39 Wambhincisa uDavide inkemba yakhe phezu kwezingubo ayemgqokise zona, wazama ukuhamba ngokuba wayengazejwayele. UDavide wathi kuSawule: “Angikwazi ukuhamba nalezi zinto; angikazejwayeli.” UDavide wayesezikhumula.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

39 UDavide wabhinca inkemba yakhe empahleni yakhe, wazama ukuhamba; ngoba akazange akufakazele. UDavide wayesethi kuSawule: “Anginakuhamba nawo; ngoba kangibalinganga. UDavide wawasusa kuye.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 17:39
5 Referans Kwoze  

Yayisithatha isho kimi, ithi: “Lokhu kuyizwi likaJehova kaZerubabele lokuthi: ‘Kungabi ngempi, kungabi ngamandla, kepha kube ngomoya wami kuphela,’ usho uJehova Sebawoti.


Kepha indlu yakwaJuda ngiyakuyihawukela, ngibasindise ngoJehova uNkulunkulu wabo, ngingabasindisi ngomnsalo, nangenkemba, nangokulwa, nangamahhashi, nangabamahhashi.”


USawule wamembathisa ezakhe izingubo, wamfaka isigqoko sethusi ekhanda, wamgqokisa ibhantshi lensimbi.


Wathatha induku yakhe ngesandla, wazikhethela amatshe ayisihlanu abushelezi emfudlaneni, wawafaka esikhwameni somalusi ayenaso, eyikeni lakhe, indwayimana yakhe isesandleni sakhe; wayesesondela kumFilisti.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite