Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 16:19 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Ngalokho uSawule wathuma izithunywa kuJese, wathi: “Thuma kimi uDavide indodana yakho osezimvini.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 USawule wayesethumela izithunywa kuJese, wathi: “Mthumele kimi uDavide, indodana yakho esezimvini.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Ngakho uSawule wathuma izithunywa kuJese, wathi: “Thumela kimi indodana yakho uDavide osemhlambini.”

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 16:19
12 Referans Kwoze  

UDavide wahamba wabuya ukuyakwalusa izimvu zikayise eBetlehema.


USamuweli wathi kuJese: “Sebephelile abafana na?” Wathi: “Kusasele omncane; bheka, uyalusa izimvu.” USamuweli wathi kuJese: “Thumela umlande, ngokuba asiyikubuya, engakafiki lapha.”


Amazwi ka-Amose owayephakathi kwabelusi baseThekhowa, owabonayo ngo-Israyeli emihleni ka-Uziya, inkosi yakwaJuda, nasemihleni kaJerobowamu indodana kaJowashi, inkosi yakwa-Israyeli, iminyaka emibili ngaphambi kokuzamazama komhlaba.


ukuze amhlalise nezikhulu, yebo, izikhulu zabantu bakhe.


Wayesesuka lapho, wamfumana u-Elisha indodana kaShafati; wayelima ngezinkabi ezingamabhangqa ayishumi nambili phambi kwakhe, yena esebhangqeni leshumi nambili; u-Eliya wadlulela kuye, waphonsa ingubo yakhe kuye.


Kwaphendula enye insizwa, yathi: “Bheka, ngibonile indodana kaJese waseBetlehema eyazi ukubetha, eyiqhawe elinamandla, eyindoda yempi nehlakaniphile ekukhulumeni, ebukeka, emuhle futhi; uJehova unayo.”


UJese wathatha imbongolo ithwele isinkwa, nemvaba yewayini, nezinyane lembuzi, wakuthuma kuSawule ngesandla sikaDavide indodana yakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite