Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 15:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Kepha uSawule nabantu bayeka u-Agagi nezinhle nezikhulupheleyo zezimvu nezezinkabi, namawundlu, nakho konke okuhle; babengavumi ukukuqeda lokho; kodwa zonke izinto ezidelekileyo nezondileyo baziqeda nya.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Kodwa uSawule nabantu abambulalanga u-Agagi kanye nempahla yekhethelo; izimvu, izinkabi, amawundlu nakho konke okuhle. Konke okudelelekileyo nokondileyo bakubhubhisa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Kepha uSawule nabantu bamyeka u-Agagi, nehle kunakho konke kwezimvu, nezinkomo, nokukhuluphalisiwe, namawundlu, nakho konke okuhle, abathandanga ukuwashaya ngesiqalekiso, kepha konke okubi nokubi nokubi. Ukugeza imfucuza, ababhubhisa ngokuphelele.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 15:9
10 Referans Kwoze  

USawule wathi: “Babuye nazo kuma-Amaleki, ngokuba abantu bayeka ezinhle zezimvu nezezinkabi ukuba bahlabele uJehova uNkulunkulu wakho; ezinye siziqedile nya.”


Awulalelanga ngani izwi likaJehova, kepha watheleka phakathi kwempango, wenza okubi emehlweni kaJehova, na?”


Hamba manje, unqobe u-Amaleki, uchithe impela konke anakho, ungamhawukeli, kepha bulala abesilisa, nabesifazane, nezingane, nabancelayo, nezinkabi, nezimvu, namakamela, nezimbongolo.’ ”


Ngabona empangweni ingubo enhle yaseShineyari, namashekeli* angamakhulu amabili esiliva, nesigaxa segolide esinesisindo esingamashekeli angamashumi ayisihlanu, ngakufisa, ngakuthatha; bheka, kuthukusiwe emhlabathini phakathi kwetende lami, nesiliva liphansi kwakho.”


Kwakuthi ababethwele umphongolo kaJehova sebehambile izinyathelo eziyisithupha, wahlaba inkabi nethole elikhuluphalisiweyo.


Lase lifika izwi likaJehova kuSamuweli, lithi:


Kodwa zigcineni nina kukho okuqalekisiweyo, funa lapho senikuqalekisile nithathe kukho okuqalekisiweyo, nilenze ikamu* libe ngeliqalekisiweyo, nilihluphe.


Ngokuba awulalelanga izwi likaJehova, awenzanga ulaka lwakhe olushisayo phezu kwama-Amaleki; ngalokho uJehova wenzile lokhu kuwe namuhla.


UBeni Hadadi wayesethi kuye: “Imizi ubaba ayithatha kuyihlo ngiyakuyibuyisa, uzenzele izitaladi eDamaseku njengokwenza kukababa eSamariya.” U-Ahabi wathi: “Ngalesi sivumelwano ngiyakukuvumela ukuba uhambe.” Wayesenza isivumelwano naye, wamvumela ukuba ahambe.


Ngokuba lokho nga kuthengisiwe ngokukhulu, kwaphiwa abampofu.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite