Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 15:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 USawule wathi kuSamuweli: “Ngililalele izwi likaJehova, ngihambile indlela uJehova owangithuma yona, ngimlethile u-Agagi inkosi yama-Amaleki, ngachitha impela ama-Amaleki.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 USawule wathi kuSamuweli: “Ngililalele izwi likaSimakade, ngiluthathile uhambo abengithume lona uSimakade. Ngilethe u-Agagi, inkosi yama-Ameleki, ngawabhubhisa wonke ama-Amaleki.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 USawuli wasesithi kuSamuweli: Yebo, ngalilalela ilizwi le Nkosi, ngahamba ngendlela iNkosi eyayingithume ngayo, ngamletha u-Agagi inkosi yamaAmaleki, ngatshaya amaAmaleki ngesiqalekiso.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 15:20
12 Referans Kwoze  

USamuweli wafika kuSawule; uSawule wathi kuye: “Mawubusiswe nguJehova; sengifezile izwi likaJehova.”


ngokuba bengakwazi ukulunga kukaNkulunkulu, befuna ukumisa okwabo, abakuthobelanga ukulunga kukaNkulunkulu.


UmFarisi wema wazikhulekela ngokuthi: ‘Nkulunkulu, ngiyakubonga ngokuba ngingenjengabanye abantu: izigcwelegcwele, abangalungile, iziphingi, nanjengalo mthelisi.


Kepha sona sithanda ukuzithetha sathi kuJesu: “Umakhelwane wami ngubani na?”


Insizwa yathi kuye: “Konke lokho ngikugcinile; ngisasilalelweni na?”


Imbala uyachitha ukwahlulela kwami, ungilahle ukuba ube ngolungileyo, na?


“Usho uthi lokhu kulungile na? Uthi: ‘Yilungelo lami kuNkulunkulu yini,’


Ngokuba uJobe uthe: ‘Ngilungile; uNkulunkulu ususile ukwahlulelwa kwami.


Ngimsulwa, anginasiphambeko; ngimhlophe, akukho okubi kimi.


Wabamba u-Agagi inkosi yama-Amaleki esaphilile, wachitha impela bonke abantu ngosiko lwenkemba.


Hamba manje, unqobe u-Amaleki, uchithe impela konke anakho, ungamhawukeli, kepha bulala abesilisa, nabesifazane, nezingane, nabancelayo, nezinkabi, nezimvu, namakamela, nezimbongolo.’ ”


Ngokuba awulalelanga izwi likaJehova, awenzanga ulaka lwakhe olushisayo phezu kwama-Amaleki; ngalokho uJehova wenzile lokhu kuwe namuhla.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite