Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 15:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 USawule wathi: “Babuye nazo kuma-Amaleki, ngokuba abantu bayeka ezinhle zezimvu nezezinkabi ukuba bahlabele uJehova uNkulunkulu wakho; ezinye siziqedile nya.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 USawule wathi: “Babuye nazo kuma-Amaleki, abantu baziyekile izimvu nezinkomo ezinhle ukuze bakuhlabele uSimakade uNkulunkulu wakho; ezinye siziqede nya.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 USawule wayesethi: “Bazikhipha kuma-Amaleki, ngokuba abantu basindise izimvu ezinhle kakhulu nezinkomo ukuze bahlabele uJehova uNkulunkulu wakho; futhi okusele sikushaya ngesiqalekiso sokuxoshwa.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 15:15
9 Referans Kwoze  

Kepha abantu bathatha kuyo impango, izimvu nezinkabi, okuhle kokuqalekisiweyo, ukuba bahlabele uJehova uNkulunkulu wakho eGiligali.”


Kepha uSawule nabantu bayeka u-Agagi nezinhle nezikhulupheleyo zezimvu nezezinkabi, namawundlu, nakho konke okuhle; babengavumi ukukuqeda lokho; kodwa zonke izinto ezidelekileyo nezondileyo baziqeda nya.


Kepha sona sithanda ukuzithetha sathi kuJesu: “Umakhelwane wami ngubani na?”


wazithuma eBetlehema, wathi: “Hambani nibuzisise ngomntwana; kuyakuthi nxa nimfumene, ningitshele ukuba nami ngiye ngikhuleke kuye.”


Ofihla iziphambeko zakhe akayikuphumelela, kepha ozivumayo azishiye uyakuthola umusa.


uma ngisibekele iziphambeko zami njengo-Adamu ngokufihla ububi bami esifubeni sami,


USamuweli wayesethi kuSawule: “Kahle, ngikutshele lokho uJehova akukhulumile kimi kulobu busuku.” Wathi kuye: “Khuluma.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite