Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 14:32 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Abantu batheleka empangweni, bathatha izimvu, nezinkabi, namankonyane, bakubulalela phansi; abantu bakudla kanye negazi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

32 Bayithelekela impango: bathatha izimvu, izinkabi namankonyane, bakuhlaba, bakudla kusenegazi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

32 Abantu bandiza phezu kwempango, bathatha izimvu, nezinkomo, namathole, bakushaya phansi, abantu bakudla kanye negazi.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 14:32
11 Referans Kwoze  

Awulalelanga ngani izwi likaJehova, kepha watheleka phakathi kwempango, wenza okubi emehlweni kaJehova, na?”


“ ‘Kuyakuba yisimiso esiphakade ezizukulwaneni zenu ezindlini zenu zonke zokuba ningadli amanoni nagazi.’ ”


Kuphela igazi aniyikulidla; uyakulithulula emhlabeni njengamanzi.


“ ‘Aniyikudla lutho olunegazi, ningenzi imilingo, ningahloli imihlola.


“Kepha inyama okukuyo umphefumulo wayo, okungukuthi igazi layo, aniyikuyidla.


kodwa masibalobele ukuba bayeke amanyala ezithombe, nawobufebe, nawokuqumbeleneyo, nawegazi.


zokuthi niyeke okuhlatshelwe izithombe, negazi, nokuqumbeleneyo, nobufebe; uma nizilinda kulezo zinto, noba nenza kahle. Salani kahle.


Ngalokho thana kubo: ‘Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Nidla okunegazi, niphakamisa amehlo enu ezithombeni zenu, nichitha igazi. Pho, niyakudla ifa lezwe na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite