Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 14:25 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Abantu bonke beza ehlathini; kwakukhona izinyosi phansi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

25 Bonke abantu bangena ehlathini; kwakukhona uju phansi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Izwe lonke lafika ehlathini; kwakukhona uluju emhlabathini.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 14:25
8 Referans Kwoze  

funa izwe owasikhipha kulo lithi: “Lokhu uJehova wayengenamandla okubangenisa ezweni abathembise lona nangokuba wabazonda, ubakhiphile ukuba ababulale ehlane.”


Bamtshela bathi: “Safika-ke ezweni owasithuma kulo; ngempela livame ubisi nezinyosi; lokhu kuyizithelo zalo.


ngehle ukuba ngibophule esandleni sabaseGibithe, ngibakhuphule kulelo zwe, ngibayise ezweni elihle elibanzi, izwe elichichima ubisi nezinyosi, indawo yamaKhanani, neyamaHeti, neyama-Amori, neyamaPherizi, neyamaHivi, neyamaJebusi.


Abantu bakwa-Israyeli babecindezelwa ngalolo suku, kepha uSawule wafungisa abantu, wathi: “Makaqalekiswe umuntu odla ukudla kungakahlwi, ngingakaziphindiseli ezitheni zami.” Akwabakho muntu owezwa ukudla.


Abantu sebengenile ehlathini, bheka, izinyosi zaconsa, kepha akwabakho muntu obeka isandla emlonyeni, ngokuba abantu besaba isifungo.


Uma uthole izinyosi, yidla okwanele wena, funa udinwe, ubuye uhlanze.


Wazitapa ngezandla zakhe, wahamba, wahamba edla, wafika kuyise nonina, wabapha, badla nabo; kepha akabatshelanga ukuthi wayetape izinyosi esidumbini sengonyama.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite