Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 13:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 USawule wabusa umnyaka; esebusile iminyaka emibili kwa-Israyeli.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 USawule wayesekhulakhulile ngesikhathi eqala ukubusa. Esebuse iminyaka emibili kwa-Israyeli,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 USawuli wasebusa phezu kukaIsrayeli umnyaka owodwa.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 13:1
4 Referans Kwoze  

Ngiyakusondela kuJehova nginantoni, ngikhothame kuNkulunkulu ophezulu, na? Ngiyakufika ngiphethe iminikelo yokushiswa, nginamathole amnyaka munye, na?


Iwundlu malingabi nasici, libe ngeleduna, libe nomnyaka munye, nilithathe ezimvini noma ezimbuzini;


Kodwa uma nisenza okubi, niyakubhubha nina nenkosi yenu.”


USawule wazikhethela abantu abayizinkulungwane ezintathu kwa-Israyeli; izinkulungwane ezimbili zazinoSawule eMikimashi nasentabeni yaseBethele, nenkulungwane yayinoJonathani eGibeya lakwaBenjamini; abanye abantu wabamukisa, kwaba yilowo nalowo etendeni lakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite