Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 11:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Bheka, uSawule weza elandela izinkabi, evela ensimini; uSawule wathi: “Yini ukuba abantu bakhale na?” Bamtshela amazwi abantu baseJabeshi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Bheka, kwaqhamuka uSawule eqhuba izinkomo, evela ensimini. USawule wathi: “Bakhalelani kangaka abantu na?” Base bemlandisa ngokwakushiwo ngabantu baseJabheshi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Bheka, uSawule waphuma endle elandela izinkomo; USawuli wasesithi: Kuyini abantu ukuthi bakhale? Bamtshela izindaba zamadoda aseJabeshi.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 11:5
6 Referans Kwoze  

Wayesesuka lapho, wamfumana u-Elisha indodana kaShafati; wayelima ngezinkabi ezingamabhangqa ayishumi nambili phambi kwakhe, yena esebhangqeni leshumi nambili; u-Eliya wadlulela kuye, waphonsa ingubo yakhe kuye.


Isiprofetho ngesiGodi Sombono. Yini, pho, ukuba ukhuphukele wonke ophahleni lwezindlu


Kwakukhona umuntu wakwaBenjamini ogama lakhe lalinguKishi indodana ka-Abiyeli kaSerori kaBekhorati ka-Afiya, indodana yowakwaBenjamini, iqhawe elinamandla.


Bamemeza kubantwana bakwaDani, baphenduka, bathi kuMika: “Yini ukuba ufike nesixuku na?”


UNkulunkulu wezwa izwi lomfana. Ingelosi kaNkulunkulu yamemeza kuHagari isezulwini, yathi kuye: “Kuyini, Hagari? Ungesabi, ngokuba uNkulunkulu ulizwile izwi lomntwana, lapho ekhona.


Esalandele izimvukazi ezenyisayo, yamthabatha ukuba abeluse abantu bayo uJakobe, nefa layo u-Israyeli.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite