Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 11:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Amalunga aseJabeshi athi kuye: “Siyeke izinsuku eziyisikhombisa ukuba sithume izithunywa emikhawulweni yonke yakwa-Israyeli; uma kungekho osisindisayo, siyakuphumela kuwe.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Amalunga aseJabeshi athi kuye: “Ake usiyeke izinsuku eziyisikhombisa, ukuze sithumele izithunywa kuyo yonke imingcele yakwa-Israyeli; uma kungekho ozosihlenga, siyozinikela kuwe.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Amalunga aseJabeshi athi kuye: “Siyeke izinsuku eziyisikhombisa, sithume izithunywa emikhawulweni yonke yakwa-Israyeli; khona-ke, uma kungekho osikhululayo, siyakuphumela kuwe.

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 11:3
3 Referans Kwoze  

Kwabuthana onke amalunga akwa-Israyeli, aya kuSamuweli eRama;


Ngalokho abantu baseJabeshi bathi: “Kusasa siyakuphumela kini, nenze kithi konke okuhle emehlweni enu.”


“Ningamlaleli uHezekiya, ngokuba inkosi yase-Asiriya isho kanje, ithi: Yenzani ukuthula nami, niphumele kimi, nidle, kube yilowo nalowo emvinini wakhe, kube yilowo nalowo emkhiwaneni wakhe, niphuze, kube yilowo nalowo amanzi omthombo wakhe,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite