Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 Samuweli 10:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 USamuweli wabizela abantu kuJehova eMispa;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 USamuweli wabiza imbizo yabantu ukuba baye kuSimakade eMizpha.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 USamuweli wabizela ndawonye abantu kuJehova eMispa;

Gade chapit la Kopi




1 Samuweli 10:17
6 Referans Kwoze  

Base bephuma bonke abantwana bakwa-Israyeli, inhlangano yahlangana njengomuntu munye, kusukela kwaDani kwaze kwaba seBeri Sheba kanye nezwe lakwaGileyadi kuJehova eMispa.


UJefta wayesehamba namalunga akwaGileyadi; abantu bamenza inhloko nomholi phezu kwabo; uJefta wakhuluma onke amazwi akhe phambi kukaJehova eMispa.


Bonke abantu baya eGiligali, bambeka khona uSawule waba yinkosi phambi kukaJehova eGiligali; bahlaba khona imihlatshelo yeminikelo yokuthula phambi kukaJehova; uSawule nabo bonke abantu bakwa-Israyeli bathokoza kakhulu khona.


Ngikunike inkosi ngentukuthelo yami, ngayisusa ngolaka lwami.


Wahamba iminyaka ngeminyaka ezungeza, waya eBethele, naseGiligali, naseMispa; wahlulela u-Israyeli kuzo zonke lezo zindawo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite