Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 kuThimothewu 5:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Makangafakwa esibalweni umfelokazi, uma engaphansi kweminyaka engamashumi ayisithupha, owabe ngumfazi wendoda inye,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Umfelokazi obegane indoda eyodwa makangafakwa esibalweni uma engakabi neminyaka engama-60.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

9 Kangabalwa umfelokazi oleminyaka engamatshumi ayisithupha, engowendodanye;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Kangabalwa umfelokazi oleminyaka engamatshumi ayisithupha, engowendodanye;

Gade chapit la Kopi




1 kuThimothewu 5:9
10 Referans Kwoze  

Ngakho umbonisi umelwe abe ngongasolekiyo, indoda emfazi munye, abe ngozikhuzayo, oqondileyo, oziphatha ngokufaneleyo, ongenisa izihambi, onesu lokufundisa,


Kepha abafelokazi abasha ubenqabe; ngokuba uma sebetamasile bedela uKristu, bafuna ukugana;


Ngakho-ke ngithanda ukuba abafelokazi abasha bagane, bazale abantwana, baphathe indlu yabo, bangasiniki isitha ithuba lokuthuka.


Amadiyakoni mawabe ngamadoda amfazi munye, abusa kahle abantwana bawo nemizi yawo.


Uma owesifazane okholwayo enabafelokazi, makabasize, ibandla lingasindwa, ukuze lisize abafelokazi boqobo.


Bothabatha amanye amatshe, bawafake endaweni yalawo matshe, bathabathe olunye udaka, bayinameke indlu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite