Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 kuThimothewu 3:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 kepha uma umuntu engakwazi ukuphatha owakhe umuzi, angaliphatha kanjani ibandla likaNkulunkulu na? –

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Kepha uma umuntu engakwazi ukuphatha kahle umuzi wakhe, pho angaliphatha kanjani ibandla likaNkulunkulu na?

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 (Ngokuba uma umuntu engakwazi ukuphatha owakhe umuzi, angaliphatha kanjani ibandla likaNkulunkulu na?)

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 (Ngokuba uma umuntu engakwazi ukuphatha owakhe umuzi, angaliphatha kanjani ibandla likaNkulunkulu na?)

Gade chapit la Kopi




1 kuThimothewu 3:5
8 Referans Kwoze  

Ngokuba ngimtshelile ukuthi ngiyakwahlulela indlu yakhe kuze kube phakade ngobubi abaziyo, lokhu amadodana akhe ayezehlisela isiqalekiso, engawakhuzanga.


Kepha njengokuba ibandla lithobela uKristu, kanjalo nabafazi mabathobele amadoda ezintweni zonke.


Le mfihlakalo inkulu, kepha ngikhuluma ngoKristu nebandla.


kepha uma ngilibala, khona uyakwazi ukuthi kumelwe ukuba abantu bahambe kanjani endlini kaNkulunkulu eyibandla likaNkulunkulu ophilayo, insika nesisekelo seqiniso.


wakubeka konke phansi kwezinyawo zakhe, wammisa abe yinhloko phezu kwakho konke kulo ibandla,


Ziqapheleni nina nomhlambi wonke anibeke kuwo uMoya oNgcwele ukuba nibe ngababonisi bokwalusa ibandla likaNkulunkulu azizuzele lona ngegazi lakhe.


Ningakhubekisi nabaJuda, namaGreki, nabandla likaNkulunkulu,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite