Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 kuThimothewu 3:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Nalabo mabaqale bahlolwe, andukuba babe ngamadiyakoni, uma bengasoleki.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Kufanele ahlolwe kuqala andukuba abe ngamadikoni, abe ngangasolekiyo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

10 Nalaba mabaqale bahlolwe; khona-ke mabasebenzise isikhundla sobudikoni bengasoleki.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Nalaba mabaqale bahlolwe; khona-ke mabasebenzise isikhundla sobudikoni bengasoleki.

Gade chapit la Kopi




1 kuThimothewu 3:10
9 Referans Kwoze  

Ungasheshi ubeke izandla noma kubani, futhi ungahlanganyeli izono zabanye, uzigcine ube mhlophe.


Ngokuba amadiyakoni akhonze kahle azizuzela ukuma kahle nesibindi esikhulu ekukholweni okukuKristu Jesu.


Bathandekayo, maningakholwa yibo bonke omoya, kepha hlolani omoya ukuthi bangabakaNkulunkulu yini; ngokuba baningi abaprofethi bamanga abaphumele ezweni.


angabi ngosanda kukholwa, funa ngokukhukhumala ayele ekulahlweni kukaSathane.


Ngakho umbonisi umelwe abe ngongasolekiyo, indoda emfazi munye, abe ngozikhuzayo, oqondileyo, oziphatha ngokufaneleyo, ongenisa izihambi, onesu lokufundisa,


yena oyakuniqinisa nani kuze kube sekupheleni, ningabi nacala ngosuku lweNkosi yethu uJesu Kristu.


nokho manje usebuyisene nani emzimbeni wenyama yayo ngokufa ukuba animise ningcwele, ningenasisihla nacala phambi kwakhe,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite