Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 kaPetru 5:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Liyakhonza kini ibandla elikhethiweyo, kanye nani eliseBabiloni, noMarku indodana yami.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Liyakhonza kini ibandla eliseBhabhiloni elikhethiweyo kanye nani, uyakhonza noMakhu indodana yami.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

13 Ibandla eliseBabiloni elikhethiweyo kanye nani liyakhonza kini; kanjalo noMarcus indodana yami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Ibandla eliseBabiloni elikhethiweyo kanye nani liyakhonza kini; kanjalo noMarcus indodana yami.

Gade chapit la Kopi




1 kaPetru 5:13
11 Referans Kwoze  

Sekumkhanyele lokho, wafika endlini kaMariya unina kaJohane othiwa uMarku, lapho bebebuthene khona abaningi bekhuleka.


Kepha oBarnaba noSawulu babuya eJerusalema sebeqede ukukhonza kwabo, behamba benoJohane othiwa uMarku.


Yamemeza ngezwi elinamandla, yathi: “Liwile, liwile iBabiloni elikhulu, selibe yindawo yokuhlala amademoni, nendawo yokubopha bonke omoya abangcolileyo, nendawo yokubopha zonke izinyoni ezingcolileyo nezizondekayo,


nasebusweni bakhe kulotshiwe igama eliyimfihlakalo lokuthi: IBABILONI ELIKHULU, UNINA WEZIFEBE NOWAMANYALA OMHLABA


Abantwana bakadadewenu okhethiweyo bayakhonza kuwe.


Ngiyakubala uRahabi neBabele kulabo abangaziyo; yebo, iFilistiya neThire kanye neKushe azalelwa khona.


UBarnaba wahlosa ukuhamba noJohane othiwa uMarku.


Kwase kuvela ukuphikisana okukhulu, baze bahlukana; uBarnaba wathatha uMarku, wawelela eKhupro ngomkhumbi.


Uyakhonza kini u-Aristarku oyisiboshwa kanye nami, noMarku umzala kaBarnaba, enayalezwa ngaye – uma efika kini mamukeleni –


noMarku, no-Aristarku, noDema, noLuka, izisebenzi kanye nami.


Ilunga kuyo inkosikazi ekhethiweyo nabantwana bayo, engibathanda ngeqiniso, kungeyimi ngedwa kodwa nabo bonke abalaziyo iqiniso,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite