Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 kaPetru 4:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 bayakuziphendulela kulowo olungele ukwahlulela abahambayo nabafileyo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Kepha bayakuziphendulela kulowo olungele ukwehlulela abaphilayo nabafileyo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 abayakulandisa kuye olungele ukwahlulela abaphilayo nabafileyo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 abayakulandisa kuye olungele ukwahlulela abaphilayo nabafileyo.

Gade chapit la Kopi




1 kaPetru 4:5
17 Referans Kwoze  

Ningavungamelani, bazalwane, ukuba ningahlulelwa; bhekani, umahluleli umi ngaseminyango.


Wasiyala ukuba sishumayele kubantu, sifakaze ukuthi: Nguye omiswe nguNkulunkulu ukuba abe nguMahluleli wabaphilayo nabafileyo.


Ngiyaqinisa phambi kukaNkulunkulu noKristu Jesu oyakwahlulela abaphilayo nabafileyo nangokubonakala kwakhe nombuso wakhe, ngithi:


njengokuba umisile usuku azakwahlulela ngalo izwe ngokulunga ngomuntu ammisele lokho, enika bonke ithemba ngokumvusa kwabafileyo.”


Kepha ngithi kini: Amazwi onke ayize abawakhulumayo abantu bayakuzilanda ngawo ngosuku lokwahlulelwa.


Wambiza, wathi kuye: ‘Kuyini lokhu engikuzwa ngawe na? Landa ngobuphathi bakho, ngokuba ungebe usaba ngumphathi.’


“Ngalokho ngiyakunahlulela nina ndlu yakwa-Israyeli, kube yilowo nalowo njengezindlela zakhe, isho iNkosi uJehova. Phendukani, nibuye ezeqweni zenu zonke, ububi bungabi yisikhubekiso senu.


Ngokuba uNkulunkulu uyakuyisa uyakuyisa yonke imisebenzi ekwahlulelweni kanye nakho konke okufihliweyo, noma kuhle noma kubi.


Ngokuba uJehova uyayazi indlela yabalungileyo, kodwa indlela yababi yobhubha.


Ngokuba ngenxa yalokho uKristu wafa, wabuye waphila ukuba abe yiNkosi yabafileyo neyabaphilayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite