Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




1 kaPetru 3:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 njengalokho uSara wamlalela u-Abrahama embiza ngokuthi inkosi, eningabantwana bakhe, uma nenza okuhle, ningesatshiswa nokukodwa okwesabisayo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 njengoSara owamlalela u-Abhrahama embiza ngokuthi inkosi. Nina-ke ningabantwana bakhe uma nje nenza okuhle, ningesabi lutho okwesabisayo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

6 njengoba nje uSara wamlalela uAbrahama embiza ngokuthi nkosi;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 njengoba nje uSara wamlalela uAbrahama embiza ngokuthi nkosi;

Gade chapit la Kopi




1 kaPetru 3:6
12 Referans Kwoze  

USara wahleka phakathi kwakhe, wathi: “Lapho sengimdala, nenkosi yami igugile, ngiyakuba nalenjabulo na?”


“Washaywa luvalo ngobani, wamesaba, waze waqamba amanga, awangikhumbula, futhi ungakubekanga enhliziyweni yakho, na? Angithi njengokuba ngithulile kwasendulo, awungesabi, na?


Kepha oPetru noJohane baphendula, bathi kubo: “Nqumani nina ukuba kulungile yini ebusweni bukaNkulunkulu ukulalela nina kunoNkulunkulu,


USara waphika wathi: “Angihlekanga,” ngokuba wesaba. Kepha wathi: “Qha, uhlekile.”


yikhona inkosi izakubuthanda ubuhle bakho, ngokuba yona iyinkosi yakho, woyikhothamela.


Owesifazane wayesefika ngovivi lokusa, wawa ngasemnyango wendlu yomuntu, lapho yayikhona inkosi yakhe, kwaze kwakhanya.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite